Ibandla Ruff, Ibandla Lyrics [Chorus: Sjava, Emtee] The Trap Temptations (2026) Released on June 16, 2026 Producers Ruff, Christer & Young2unnBeats
[Intro: Sjava] Lena eyebandla Lena eyebandla Leli eng'phila nalo [Chorus: Sjava, Emtee] Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu) Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu) Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Abasazwani) Bajahana ngeyibhamu Yeyi inzima impilo we bafowethu (We bafowethu) Kodwa asiyincengeni we bafowethu (We bafowethu) Sondle imindеni yethu we bafowethu (Wе bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani) Bajahana ngendangala [Verse 1: Emtee] (Yeah) Asibong' Inkosi we bafowethu (Uh huh) Kudala siyenza lento yethu Afezekil' amaphupho ethu Sondla abantwana bethu, ayy Rain, snow, get my hustle on Countin' cash early morning before I leave home (Before I leave home) Family I love, I can never leave this world alone Before I leave home (Before I leave home) I pray to God I won’t Loyalty is all I know, before I leave home (Before I leave home) I pray to God I won’t Loyalty is all I know, before I leave home It's getting real so Jesus take the wheel I'ma fight till the end I dont care how you feel It was'nt easy mara thina samasosha (Yeah) Bebengakholwa sizopopa [Chorus: Sjava, Emtee] Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu) Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu) Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani) Bajahana ngeyibhamu Yeyi inzima impilo we bafowethu (We bafowethu) Kodwa asiyincengeni we bafowethu (We bafowethu) Sondle imindeni yethu we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani) Bajahana ngendangala [Verse 2: Saudi, Sjava] Asbonge inkosi bafowethu Asbonge impilo bafowethu Abanye abavukanga ekuseni (Ekseni, ekseni) (Ekseni, ekseni) Sibonga amandla osiphe wona Inhliziyo osiphe zona Ngith' amathuba osiphe wona Sibonga imali engapheli Umsebenzi ongapheli Sibonga ukthandwa okungapheli (Akungapheli) (Akungapheli, akungapheli, akungapheli) [Refrain: Sjava] Siyabonga abangabonwa Sibonga amathonga La belele khona, siyababonga [Chorus: Sjava, Emtee] Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu) Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu) Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani) Bajahana ngeyibhamu Yeyi inzima impilo we bafowethu (We bafowethu) Kodwa asiyincengeni we bafowethu (We bafowethu) Sondle imindeni yethu we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) We bafowethu (We bafowethu) Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani) Bajahana ngendangala